Letra de Moliva
Hawu baba ngashada intombi yami esikolweni emoliva
Kwashunqa uthuli kwandlovu madoda silwela lobuhle
Usipho wakipha izinkomo ezamalobolo ezinamasondo
Wadlala umukwa wami, wadlala engalindile
Wadlala umukwa wami engalindile kwakhikhiza abafazi
Ngisho izulu eliphezulu lalihleka kancane
'zulu eliphezulu lalikhona lalihleka kancane
Emoliva, emoliva

Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni
Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami

Wemzila wangincelisa amasiko ngaze ngaba wumuthu
Hawu wemakhabela nangikhulisa ngaze ngaba wumuthu
Kungathiwani ngani banguni nahlanganisa zonke izizwe
Nahlanganisa zonke izizwe ubesehlulekile ubotha
Nahlanganisa zonke izizwe ngobuhle ubesehlulekile ubotha
Emoliva

Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni
Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami

(Various names shouted)

Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni
Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami