Brenda Fassie

Thola Amadlozi
Sithi sangoma hlabela madlozi (thola madlozi) Ngoba mina hayi ziyang'bhetela (thola madlozi) Siya phuma sithi ngitholi idlozi (thola madlozi) Ngoba mina hayi ziyang'bhetela (thola madlozi) Bayajabula abagangileyo Bayajabula abanemizi Mina akukho okungilungelayo Bonke abangan' bam' banemize Awu bheke ba bamba amaLotto Abanye ba bamba umChina Bayajabula abaphilayo Oh mina ngiphila ngo dankie Sithi sangoma hlabela madlozi (thola madlozi) Ngoba mina hayi ziyang'bhetela (thola madlozi) Siya phuma sithi ngitholi idlozi (thola madlozi) Ngoba mina hayi ziyang'bhetela (thola madlozi) From Letras Mania