Lira

Phakade
Nguwen' obengimcela kumDali wam Mangikhuleka ngingedwa Ngicel' uthathe isandla sami Unginikuqoba lwakho kuzekube ngunaphakade Phakade Na phakade NaPhakade Ngifunukubanawe Namhlanje Kuze kube ingunapahakade Kuze kube nguna phakade Sengimtholil' engizohlanaye Ngakh' impilo naye Ngimthokozise Wena uyintokozo yami Uyisipho esihle Empilweni yam' Ivulekil inhliziyo yami Manje sengiholwa nguthando Ngikunika lonke ithemba lami... Letras de cancionesAkukho nokungabaza ngingowakho kunaphakade Phakade Na phakade NaPhakade Ngifunukubanawe Namhlanje... Kuze kube ingunapahakade... Kuze kube nguna phakade Ngibonga ngaloluthando Ongiphalona... Ngibonga nangenhlonipho... ongibonisa yona Ngibonga negama lakho Ongipha lona Ngingowakho Kuzekube ngunaphakade... Phakade Na phakade NaPhakade Ngifunukubanawe Namhlanje... Kuze kube ingunapahakade... Kuze kube nguna phakade From Letras Mania