Johnny Clegg & Savuka

Vezandlebe
Umfowethu uyahlupha -- angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani (My brother bothers me -- I really don't know what he's up to) Umfowethu uyahlupha -- ukhuluma izinto engingazazi (My brother bothers me -- he speaks of things I have never heard) Umfowethu uyahlupha -- wenza sangathi uyangingcokolela (My brother bothers me -- it's as if he is trying to put me down) Umfowethu uyahlupha -- maka yeke ukungikhulumela kabi (My brother bothers me -- he should stop talking behind my back) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! he is telling his friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from 'next door') Letras de canciones Chorus: Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Umfowethu uyahlupha -- sakhula naye saqudelana (My brother bothers me -- we grew up together always competing) Umfowethu uyahlupha -- ngamehlula njalo noma ngani (My brother bothers me -- I always beat him in every way) Umfowethu uyahlupha -- umdala kodwa ungathi usemncane (My brother bothers me -- he is older than me but he never acts his age) Umfowethu uyahlupha -- ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba (My brother bothers me -- I send money home, but he doesn't care...) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! he is telling his friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from 'next door') Chorus Khuzani khuzani (Admonish, admonish) Khuzani, webaba noma (Admonish him, Dad and Mom!) Chorus From Letras Mania